Ukuthula makwande mlaleli
Ngezwi ngzomemeza ze nawe uNgizwe umchunu
Kuyoba kuhle uwathandiswe laMazwia_yo lensizwa
Linda Sibiya siyixoxe lendaba,
ngesimo esedlule ngithi Dudu Kwa Khoza
umhlaba usungijikele sengishiwe nayi Sithandwa saka Nzuza
U fikile u Malema ne JAJARAQ
ngimshiyile ngayosebenza e Jacobs No ZUMA
ngoba ngisaphila ngizohlala no JEHOVA ngilalele,
ngicele izimpendulo zemibuzo yomhlaba kumina.
Lamazwi abeyi SCELO saka MBOKAZI
Okubeke kwacaca ngale Nkosazane yakwa DLAMINI
Esizitho le kwi AU
EYIH! ! ! ! ! ! Wamuhle mntanomuntu engabe ungenzani
Kuzikhalela insizwa, ngikunxusa uzu mphathe kahle
Ubuyile u Zahara zakhala Riots, ngiphakamisela amehlo ami ngijonga
Phezulu phela uncedo lami luvela phezulu
Leli iso lezwe ngoba liwela umfula ugcwele, limbonile omdala
Ethamel 'Ilanga Langesonto noma liyi Daily SUN.
Azipheli nalezi ndaba ziyi Daily News.
Angisazi shayi nge Soccer Laduma I PIRATES no last minutes bayo
Asikho lapho nami ngingu AMFRIKA
Ngizwe ngama SOWATAN kwi MAIL AND GADIAN
Ngezichitha isizungu bengithe amanqampunqampu
Mungangizwanga just follow me on tweeter for full stories

Goodenough Sakhile Dlamini

http://www.poemhunter.com/poem/amanqampunqampu-headlines/